ISAMBULO 11
UJohane uyatshelwa ukulinganisa ithempeli likaNkulunkulu. Ofakazi ababili bakaNkulunkulu 1 Nganikwa uhlanga lufana nenduku, kwathiwa: “Sukuma, ulinganise ithempeli likaNkulunkulu, ne-altare, nabakhulekayo kulo. 2 Kepha igceke elingaphandle kwethempeli ulishiye ngaphandle, ungalilinganisi, ngokuba…