EKAJAKOBE 1

Isibingelelo 1 UJakobe, inceku kaNkulunkulu neyeNkosi uJesu Kristu, uyakhonza kuzo izizwe eziyishumi nambili ezihlakazekileyo. Ukuyala ngezilingo 2 Bazalwane bami, nxa nehlelwa yizilingo ngezilingo, anothi kungukuthokoza kodwa, 3 nazi ukuthi ukuvivinywa…

EKAJAKOBE 2

Abazalwane mabangakhethi abantu 1 Bazalwane bami, ukukholwa kwenu yiNkosi yethu yenkazimulo uJesu Kristu makungabi nokukhetha abantu. 2 Ngokuba uma kungena esinagogeni* lenu umuntu onendandatho yegolide nezingubo ezicwebezelayo, kungene nompofu onezingubo…

EKAJAKOBE 3

Izono zolimi 1 Ningabi ngabafundisi abaningi, bazalwane bami, nazi ukuthi siyakwamukeliswa ukwahlulelwa okukhulu. 2 Ngokuba sonke siyakhubeka ngokuningi; uma umuntu engakhubeki ngazwi, lowo uyindoda epheleleyo enamandla okubamba nomzimba wonke kungathi…

EKAJAKOBE 4

UJakobe uxwayisa ngokulwa, nangokuzidla, nangokuhleba 1 Zivelaphi izimpi, nokulwa kuvelaphi phakathi kwenu na? Akuveli yini lapho ezinkanukweni zenu ezilwayo ezithweni zenu na? 2 Niyafisa, nokho aninalutho; niyabulala ninomhawu, nokho anizuzi…

EKAJAKOBE 5

Izicebi ezingalungile 1 Minani nina bacebileyo; khalani, nilile ngezinhlupheko eziyakunehlela. 2 Ingcebo yenu ibolile, nezingubo zenu zidliwe yizinundu; 3 igolide lenu nesiliva kugwalile, nokugwala kwakho kuyakuba ngufakazi ngakini, kudle inyama…