AMAHUBO 81

Ihubo lomkhosi Kumholi wokuhlabelela. NgeGititi.* Elika-Asafa. 1 Halalisani uNkulunkulu amandla ethu, nimemeze ngokujabula kuNkulunkulu kaJakobe. 2 Hlabani ihubo, nithathe isigubhu nehabhu* elihle nogubhu. 3 Bethani icilongo ekwethwaseni kwenyanga nasekuhlanganeni kwenyanga…

AMAHUBO 82

UNkulunkulu ungumahluleli oyenayena Ihubo lika-Asafa. 1 UNkulunkulu umi emhlanganweni wawonkulunkulu; uyahlulela phakathi kwawonkulunkulu. 2 Koze kube nini nahlulela ngokungalungile nikhetha ubuso bababi na?Sela* 3 Yahlulelani ompofu nentandane, nimenzele okufaneleyo olusizi…

AMAHUBO 83

Umkhuleko wokuba zichithwe izitha zika-Israyeli Igama. Ihubo lika-Asafa. 1 Nkulunkulu, ungathuli, ungalibali, ungali ukukhuluma, Nkulunkulu. 2 Ngokuba bheka, izitha zakho ziyaxokozela, nabakuzondayo baphakamisa ikhanda. 3 Ngobuqili benza uzungu ngabantu bakho,…

AMAHUBO 84

Izindlu zikaJehova ziyathandeka Kumholi wokuhlabelela. NgeGititi.* Elamadodana kaKora. Ihubo. 1 Zithandeka kangaka izindlu zakho, Jehova Sebawoti. 2 Umphefumulo wami ulangazelela, womela amagceke kaJehova; inhliziyo yami nomzimba wami kuyahuba ngokwethaba kuNkulunkulu…

AMAHUBO 85

Isizwe sikaNkulunkulu sicelelwa isibusiso esisha Kumholi wokuhlabelela. Elamadodana kaKora; Ihubo. 1 Jehova, wabusisa izwe lakho, wambuyisa uJakobe ekuthunjweni. 2 Wasusa icala labantu bakho, wasibekela zonke izono zabo.Sela* 3 Wamukisa yonke…

AMAHUBO 86

Umkhuleko wososizini Umkhuleko kaDavide. 1 Beka indlebe yakho, Jehova, ungiphendule, ngokuba ngilusizi, ngimpofu. 2 Londoloza umphefumulo wami, ngokuba ngingoqotho; wena Nkulunkulu wami, sindisa inceku yakho ekwethembayo. 3 Yiba nomusa kimi,…

AMAHUBO 87

IJerusalema, ikhaya lezizwe Elamadodana kaKora. Ihubo. Igama. 1 Isisekelo asibekileyo sisezintabeni ezingcwele. 2 UJehova uyawathanda amasango aseSiyoni kunazo zonke izindlu zikaJakobe. 3 Okudumisekayo kukhulunywa ngawe, muzi kaNkulunkulu.Sela* 4 Ngiyakubala uRahabi…

AMAHUBO 88

Ukukhala kosengozini yokufa Igama. Ihubo lamadodana kaKora. Kumholi wokuhlabelela. NgeMahalati Leyanoti.* IMaskili* likaHemani umEzra. 1 Jehova Nkulunkulu wensindiso yami, ngikhala imini nobusuku phambi kwakho. 2 Umkhuleko wami mawufike ebusweni bakho,…

AMAHUBO 89

Umkhuleko wocela ukusizwa IMaskili* lika-Ethani umEzra. 1 Ngiyakuhlabelela ngomusa kaJehova kuze kube phakade, ngomlomo wami ngazise izizukulwane ngezizukulwane ukuthembeka kwakho. 2 Ngokuba ngithe: “Umusa uyakwakhiwa kuze kube phakade; ezulwini uyaqinisa…

AMAHUBO 90

Ubuphakade bukaNkulunkulu nokuphela komuntu Umkhuleko kaMose, umuntu kaNkulunkulu. 1 Nkosi, wena uyisiphephelo sethu ezizukulwaneni ngezizukulwane. 2 Kungakaveli izintaba, ungakawenzi umhlaba nezwe, kuthi kusukela phakade kuze kube phakade wena Nkulunkulu ukhona….