AMAHUBO 71

Umkhuleko wocela ukusizwa 1 Jehova, ngiyethemba wena; mangingajabhi naphakade. 2 Ngikhulule ngokulunga kwakho, ungihlangulise; beka indlebe yakho kimi, ungisindise. 3 Yiba kimi idwala lokuhlala, ukuze ngiye kulo njalonjalo; ukuyalezile ukusindiswa…

AMAHUBO 72

Ukukhulekela ogcotshiweyo kaNkulunkulu ElikaSolomoni. 1 Nkulunkulu, nika inkosi izahlulelo zakho nendodana yenkosi ukulunga kwakho. 2 Iyakwahlulela isizwe sakho ngeqiniso nezihlupheki zakho ngemfanelo. 3 Izintaba ziyakuletha ukuthula kubantu; kanjalo namagquma, ngokulunga….

AMAHUBO 73

Umkhuleko wowethemba uNkulunkulu Ihubo lika-Asafa. 1 Impela uNkulunkulu umnene ku-Israyeli, kubo abanenhliziyo ehlanzekileyo. 2 Kepha mina, izinyawo zami zicishe zakhubeka; kwaba kancane ukuba izinyathelo zami zishelele. 3 Ngokuba ngaba nomhawu…

AMAHUBO 74

Ukukhala ngethempeli elingcolisiweyo IMaskili* lika-Asafa. 1 Nkulunkulu, usilahleleni kuze kube phakade na? Intukuthelo yakho ithunqelelani izimvu zedlelo lakho na? 2 Khumbula ibandla lakho owalizuza endulo, owalikhulula ukuba libe yisifunda sefa…

AMAHUBO 75

Umahluleli wezwe nesitsha sakhe sentukuthelo Kumholi wokuhlabelela. Indlela: Ungachithi. Ihubo lika-Asafa. Igama. 1 Siyakubonga, Nkulunkulu, siyabonga; igama lakho liseduze; balanda izimangaliso zakho. 2 Lapho ngiyakugcina isikhathi esimisiweyo, ngiyakwahlulela ngokulunga. 3…

AMAHUBO 76

UNkulunkulu ungumahluleli nomkhululi Kumholi wokuhlabelela. Ngogubhu. Ihubo lika-Asafa. Igama. 1 UNkulunkulu uyaziwa kwaJuda, igama lakhe likhulu kwa-Israyeli. 2 Itabernakele* lakhe liseSalema, nendlu yakhe iseSiyoni. 3 Waphula lapho imicibisholo yomnsalo, nesihlangu,…

AMAHUBO 77

UNkulunkulu waphakade uyisiphephelo sabantu bakhe Kumholi wokuhlabelela. KuJeduthuni.* Elika-Asafa. Ihubo. 1 Izwi lami ngiyakuliphakamisela kuNkulunkulu, ngikhale kuNkulunkulu ukuba angibekele indlebe. 2 Osukwini losizi lwami ngiyayifuna iNkosi; ebusuku isandla sami seluliwe,…

AMAHUBO 78

Isifundiso esivela endabeni yasendulo kwa-Israyeli IMaskili* lika-Asafa. 1 Zwanini, bantu bami, umthetho wami, nibeke izindlebe zenu emazwini omlomo wami. 2 Ngizakuvula umlomo wami ngomfanekiso, ngibonakalise izimfihlakalo zasendulo. 3 Esikuzwileyo sakwazi,…

AMAHUBO 79

Isililo sososizini olukhulu nomkhuleko wokusizwa Ihubo lika-Asafa. 1 Nkulunkulu, abezizwe bangenile efeni lakho; bangcolisile ithempeli lakho elingcwele; benze iJerusalema libe yincithakalo. 2 Bazinikile izidumbu zezinceku zakho zibe ngukudla kwezinyoni zezulu,…

AMAHUBO 80

Umkhuleko wokusizwa kuka-Israyeli Kumholi wokuhlabelela. Indlela: Iminduze; ubufakazi. Elika-Asafa. Ihubo. 1 Yizwa, malusi ka-Israyeli, ohola uJosefa njengomhlambi, ohlezi phezu kwamakherubi;* mawubonakale ngokukhazimula. 2 Vusa amandla akho phambi kuka-Efrayimi noBenjamini noManase,…