AMAHUBO 61

Ukucelela inkosi isibusiso Kumholi wokuhlabelela. Ngogubhu. ElikaDavide. 1 Yizwa, Nkulunkulu, ukukhala kwami, ulalele umkhuleko wami. 2 Ngikhala kuwe ngisemkhawulweni womhlaba, lapho inhliziyo yami isebuthakathakeni; ngiholele edwaleni eliphakeme kunami. 3 Ngokuba…

AMAHUBO 62

UNkulunkulu uyisiphephelo sethu Kumholi wokuhlabelela. KuJeduthuni.* Ihubo likaDavide. 1 Umphefumulo wami uzithulele kuNkulunkulu kuphela; insindiso yami ivela kuye. 2 Nguye kuphela oyidwala lami nensindiso yami, inqaba yami; angiyikunyakaziswa kakhulu. 3…

AMAHUBO 63

Ukulangazelela uNkulunkulu Ihubo likaDavide esehlane lakwaJuda. 1 Nkulunkulu, wena unguNkulunkulu wami, ngiyakufuna ekuseni; umphefumulo wami womele wena; inyama yami ilangazelela wena ezweni elomileyo eligagadekileyo, lapho amanzi engekho khona. 2 Kanjalo…

AMAHUBO 64

Umkhuleko wocela ukuvikelwa ezitheni Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. 1 Yizwa, Nkulunkulu, izwi lami ekukhaleni kwami, ulondoloze ukuphila kwami evusweni lesitha. 2 Ngisithe esigungwini sababi nasesixukwini sabenza okubi, 3 abalola ulimi…

AMAHUBO 65

Ukubonga izipho zikaNkulunkulu Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. Igama. 1 Udumiso luhlalela wena Nkulunkulu eSiyoni, nesithembiso siyakugcwaliswa kuwe. 2 Wena ozwayo imikhuleko, beza kuwe bonke abantu. 3 Izenzo ezimbi zangahlula; iziphambeko…

AMAHUBO 66

Ukubonga nokudumisa uNkulunkulu Kumholi wokuhlabelela. Igama. Ihubo. 1 Mhubeleni ngenjabulo uNkulunkulu, mhlaba wonke. 2 Hlabelelelani inkazimulo yegama lakhe, nibabaze ukudunyiswa kwakhe. 3 Yishoni kuNkulunkulu, nithi: “Yeka ukwesabeka kwemisebenzi yakho. Ngenxa…

AMAHUBO 67

Ukubonga izibusiso zikaNkulunkulu Kumholi wokuhlabelela. Ngogubhu. Ihubo. Igama. 1 UNkulunkulu makabe nomusa kithina, asibusise; makakhanyise ubuso bakhe phezu kwethu,Sela* 2 ukuze indlela yakho yaziwe emhlabeni, insindiso yakho kubo bonke abezizwe….

AMAHUBO 68

Ukunqoba kukaNkulunkulu ka-Israyeli Kumholi wokuhlabelela. ElikaDavide. Ihubo. Igama. 1 Makavuke uNkulunkulu, zihlakazeke izitha zakhe; abamzondayo babaleka phambi kwakhe. 2 Bamukiswa njengokumukiswa komusi; njengokuncibilika kwengcina phambi komlilo ababi bachithwa phambi kukaNkulunkulu….

AMAHUBO 69

Ukuhlupheka kolungileyo Kumholi wokuhlabelela. Indlela: Iminduze. ElikaDavide. 1 Ngisindise, Nkulunkulu, ngokuba amanzi afikile emphefumulweni. 2 Ngishone odakeni lobishi olujulileyo, kungekho kuma; ngingene emanzini alutwa; imisinga iyangicwilisa. 3 Ngikhathele ukukhala kwami,…

AMAHUBO 70

Umkhuleko wocela ukusizwa Kumholi wokuhlabelela. ElikaDavide. Elokukhumbuza. 1 Nkulunkulu, phuthuma ungikhulule. Jehova, phuthuma ungisize. 2 Mabajabhe, bayangaze abafuna umphefumulo wami. Mababuyiselwe emuva, bajabhiswe abangifisela umonakalo. 3 Abathi ashila, ashila mababuyele…