AMAHUBO 11

UJehova uyisiphephelo nomvikeli Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. 1 Ngiyaphephela kuJehova; nisho kanjani kuwo umphefumulo wami ukuthi: “Balekela entabeni yenu njengenyoni, na? 2 Ngokuba bhekani, ababi bawunsala umnsalo wabo, babeka imicibisholo…

AMAHUBO 12

UJehova ungumsizi wabamelana namashayakhothe Kumholi wokuhlabelela. NgeSheminiti.* Ihubo likaDavide. 1 Siza, Jehova, ngokuba owesaba uNkulunkulu akasekho, ngokuba banyamalele abathembekileyo kubantwana babantu. 2 Bakhuluma amanga, kwaba yilowo nalowo kumakhelwane wakhe; ngezindebe…

AMAHUBO 13

Umkhuleko wocela ukusizwa ekuhluphekeni Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. 1 Koze kube nini, Jehova, ungikhohlwa njalonjalo na? Koze kube nini usitheza ubuso bakho kimi na? 2 Koze kube nini ngikhathazeka emphefumulweni…

AMAHUBO 14

Ubuwula nobubi babantu Kumholi wokuhlabelela. ElikaDavide. 1 Isiwula sithi enhliziyweni yaso: “Akakho uNkulunkulu.” Yonakele, iyanengeka imisebenzi yabo; akakho owenza okuhle. 2 UJehova uyabuka esezulwini abantwana babantu ukucinga ukuba ukhona yini…

AMAHUBO 15

Isimo songokaNkulunkulu 1 Jehova, ngubani oyakuhlala etendeni lakho na? Ngubani oyakwakha entabeni yakho engcwele na? 2 Yilowo ohamba ngobuqotho nowenza ukulunga, okhuluma iqiniso enhliziyweni yakhe, 3 ongahlebi ngolimi lwakhe, ongamoni…

AMAHUBO 16

Umkhuleko wongcwele kaNkulunkulu IMiktamu* likaDavide. 1 Ngilondoloze, Nkulunkulu, ngokuba ngiyaphephela kuwe. 2 Ngithi kuJehova: “Wena uyiNkosi yami; anginakho okuhle ngaphandle kwakho.” 3 Abangcwele abasemhlabeni, abayizikhulu, yonke intokozo yami ikubona. 4…

AMAHUBO 17

Ithemba lozingelwayo engenacala Umkhuleko kaDavide. 1 Yizwa ukulunga, Jehova, ulalele ukukhala kwami, ubeke indlebe emkhulekweni wami ophuma ezindebeni ezingenankohliso. 2 Ukwahlulelwa kwami makuvele ebusweni bakho; amehlo akho mawabheke okulungileyo. 3…

AMAHUBO 18

Ukumbonga uNkulunkulu ngezibusiso zakhe Kumholi wokuhlabelela. ElikaDavide, inceku kaJehova, owakhuluma amazwi aleli hubo kuJehova mhla uJehova emsindisile esandleni sezitha zakhe zonke nasesandleni sikaSawule. Wathi: 1 Ngiyakuthanda, Jehova, mandla ami. 2…

AMAHUBO 19

Ukuzibonakalisa kukaNkulunkulu ngokudala nangezwi lakhe Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. 1 Amazulu ayalanda ngenkazimulo kaJehova, nomkhathi ushumayela umsebenzi wezandla zakhe. 2 Usuku luyalandisa usuku inkulumo, nobusuku bushumayeza ubusuku ukwazi. 3 Akukho…

AMAHUBO 20

Abakwa-Israyeli bakhulekela inkosi yabo Kumholi wokuhlabelela. Ihubo likaDavide. 1 UJehova makakuphendule ngosuku lokuhlupheka; igama likaNkulunkulu kaJakobe malikuvikele. 2 Makakuthumele usizo lwasendlini engcwele, akusekele ngamandla aseSiyoni. 3 Makakhumbule yonke iminikelo yakho…