AMAHUBO 101
Indlela engenacala yababusi ElikaDavide. Ihubo. 1 Ngizakuhlabelela ngomusa nokwahlulela, ngikudumise wena Jehova. 2 Ngizakuqaphelisisa indlela engenacala. Uyakuza nini kimi na? Ngizakuhamba endlini yami ngenhliziyo engenacala. 3 Angizukubeka phambi kwamehlo ami…