3 KAJOHANE 1

Isibingelelo 1 Ilunga kuye uGayu othandekayo engimthanda ngeqiniso. 2 Sithandwa, kunakho konke ngikufisela ukuba ube nenhlanhla nokuphila, njengokuba umphefumulo wakho unenhlanhla. 3 Ngokuba ngathokoza lapha kufika abazalwane befakazela iqiniso lakho,…