2 USAMUWELI 1

Umbiko wokufa kukaSawule 1 Kwathi emva kokufa kukaSawule, uDavide esebuyile ekubulaleni ama-Amaleki, futhi uDavide esehlale izinsuku ezimbili eSikilagi, 2 kwathi-ke ngosuku lwesithathu, bheka, kwaphuma umuntu ekamu* likaSawule, izingubo zakhe ziklebhukile,…

2 USAMUWELI 2

UDavide uyinkosi kwaJuda; u-Ishi Bosheti uyinkosi kwa-Israyeli 1 Kwathi emva kwalokho uDavide wabuza kuJehova, wathi: “Ngenyukele yini komunye wemizi yakwaJuda na?” UJehova wathi kuye: “Yenyuka.” Wathi uDavide: “Ngenyukelephi na?” Wathi:…

2 USAMUWELI 3

1 Kwakukhona ukulwa isikhathi eside phakathi kwendlu kaSawule nendlu kaDavide; uDavide waqhubeka ngokuqina njalo, kepha indlu kaSawule yaqhubeka ngokuncipha njalo. Amadodana kaDavide 2 Kwazalelwa uDavide amadodana eHebroni; izibulo lakhe laba…

2 USAMUWELI 4

Ukubulawa kuka-Ishi Bosheti nokuphindiselwa kwakhe 1 Lapho isizwile indodana kaSawule ukuthi u-Abineri ufile eHebroni, izandla zayo zaba buthakathaka, nabo bonke abakwa-Israyeli bakhathazeka. 2 Indodana kaSawule yayinamadoda amabili ayeyizinduna zamaviyo; igama…

2 USAMUWELI 5

UDavide ubusa izwe lonke 1 Izizwe zonke zakwa-Israyeli zafika kuDavide eHebroni, zasho zathi: “Bheka, thina siyithambo lakho nenyama yakho. 2 Ngesikhathi esidlulileyo, uSawule eseyinkosi phezu kwethu, nguwe owakhipha nowangenisa u-Israyeli;…

2 USAMUWELI 6

Umphongolo uyiswa eJerusalema 1 UDavide wabuye wabutha bonke abakhethiweyo bakwa-Israyeli, izinkulungwane ezingamashumi amathathu. 2 UDavide wahamba nabo bonke abantu ababe naye, besuka eBali Juda ukwenyusa khona umphongolo kaNkulunkulu obizwa ngeGama,…

2 USAMUWELI 7

UNkulunkulu akamvumeli uDavide ukwakha ithempeli 1 Kwathi lapho inkosi ihlala endlini yayo, uJehova eseyiphumuzile ezitheni zayo zonke, nxazonke, 2 inkosi yathi kuNathani umprofethi: “Bheka, mina ngihlala endlini yemisedari,* kepha umphongolo…

2 USAMUWELI 8

Ukunqoba kukaDavide amazwe.Izinduna zakhe 1 Kwathi emva kwalokho uDavide wawashaya amaFilisti, wawahlula, wathatha itomu lomzimkhulu esandleni samaFilisti. 2 Washaya nabakwaMowabi, wabalinganisa ngentambo, wabalalisa emhlabathini, wabalinganisa ngezintambo ezimbili abayakubulawa nangentambo epheleleyo…

2 USAMUWELI 9

UDavide uphatha kahle uMefibosheti 1 UDavide wathi: “Usekhona yini osele endlini kaSawule ukuba ngimenzele umusa ngenxa kaJonathani na?” 2 Kwakukhona endlini kaSawule inceku egama layo linguSiba; bambizela kuDavide; inkosi yathi…

2 USAMUWELI 10

Abakwa-Amoni badlala ngezigijimi zikaDavide.Bona nama-Aramu bachithwa nguDavide 1 Kwathi emva kwalokho inkosi yabantwana bakwa-Amoni yafa, uHanuni indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sayo. 2 UDavide wathi: “Ngiyakumenzela umusa uHanuni indodana kaNahashi,…