2 KUTHIMOTHEWU 1

Isibingelelo 1 UPawulu, umphostoli kaKristu Jesu ngentando kaNkulunkulu ngokwesithembiso sokuphila okukuKristu Jesu, 2 kuThimothewu, umntwana othandekayo: Makube kuwe umusa, nobubele, nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba nakuKristu Jesu iNkosi yethu. UPawulu umvusa…

2 KUTHIMOTHEWU 2

UThimothewu ululekwa ukuba abe yibutho elithembekileyo likaKristu 1 Ngakho wena mntanami, yiba namandla emseni okuKristu Jesu; 2 lokho okuzwileyo kimi phambi kofakazi abaningi, lokho-ke kubeke kubantu abathembekileyo abazakuba namandla okufundisa…

2 KUTHIMOTHEWU 3

Abadukisi bezikhathi zokugcina 1 Kepha yazi lokhu ukuthi ezinsukwini zokugcina kuzakuvela izikhathi ezinzima; 2 ngokuba abantu bazakuba ngabazithandayo, nabathandimali, nabazigabisayo, nabazidlayo, nabahlambalazayo, nabangalaleli abazali, nabangabongiyo, nabahlazisayo, 3 nabangenaluthando, nabahlebi, nabangazithibi,…

2 KUTHIMOTHEWU 4

UThimothewu uyalwa ukuba aqine 1 Ngiyaqinisa phambi kukaNkulunkulu noKristu Jesu oyakwahlulela abaphilayo nabafileyo nangokubonakala kwakhe nombuso wakhe, ngithi: 2 Shumayela izwi, uqinise, noma kuyisikhathi noma kungesiso; sola, ukhuze, uyale ngakho…