2 IZIKRONIKE 1
Umnikelo nephupho likaSolomoni eGibeyoni. Izinqola namahhashi akhe 1 USolomoni indodana kaDavide waqiniswa ebukhosini bakhe; uJehova uNkulunkulu wakhe wayenaye, wamkhulisa kakhulu. 2 USolomoni wakhuluma kuye wonke u-Israyeli, nakuzo izinduna zezinkulungwane nezamakhulu,…