2 AMAKHOSI 21

UManase uyinkosi kwaJuda 1 UManase wayeneminyaka eyishumi nambili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi ayisihlanu nanhlanu eJerusalema; igama likanina lalinguHefisiba. 2 Wenza okubi emehlweni kaJehova njengezinengiso zabezizwe uJehova abaxosha phambi…

2 AMAKHOSI 22

Ukubusa kukaJosiya 1 UJosiya wayeneminyaka eyisishiyagalombili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi amathathu nanye eJerusalema; igama likanina lalinguJedida indodakazi ka-Adaya waseBosikati. 2 Wenza okulungile emehlweni kaJehova, wahamba ngendlela yonke kaDavide…

2 AMAKHOSI 23

Isivuselelo sikaJosiya 1 Inkosi yathumela, babuthela kuyo onke amalunga akwaJuda nawaseJerusalema. 2 Inkosi yenyukela endlini kaJehova, bonke abantu bakwaJuda nabo bonke abakhileyo eJerusalema benayo, kanye nabapristi nabaprofethi, yebo, abantu bonke,…

2 AMAKHOSI 24

Ukuphela kukaJehoyakimi 1 Emihleni yakhe kwenyuka uNebukadinesari inkosi yaseBabele; uJehoyakimi wayeyinceku yakhe iminyaka emithathu; wayesebuya, wamhlubuka. 2 UJehova wathuma kuye amaviyo amaKaledi, namaviyo ama-Aramu, namaviyo abakwaMowabi, namaviyo abantwana bakwa-Amoni, wawathuma…

2 AMAKHOSI 25

Ukuchithwa kweJerusalema 1 Kwathi ngomnyaka wesishiyagalolunye wokubusa kwakhe, ngenyanga yeshumi ngolweshumi lwenyanga, uNebukadinesari inkosi yaseBabele wafika, yena nayo yonke impi yakhe, eJerusalema, wamisa malungana nalo; bakha inqaba ngakulo nxazonke. 2…