2 AMAKHOSI 11

U-Athaliya ubusa kwaJuda. Ukubusa kukaJowashi nokufa kuka-Athaliya 1 U-Athaliya unina ka-Ahaziya esebonile ukuthi indodana yakhe ifile, wasuka wachitha yonke imbewu yenkosi. 2 Kepha uJehosheba indodakazi yenkosi uJoramu, udadewabo ka-Ahaziya, wamthatha…

2 AMAKHOSI 12

UJehowashi ulungisa ithempeli 1 Ngomnyaka wesikhombisa kaJehu uJehowashi waba yinkosi, wabusa iminyaka engamashumi amane eJerusalema; igama likanina lalinguSibiya waseBeri Sheba. 2 UJehowashi wenza okulungile emehlweni kaJehova izinsuku zakhe zonke uJehoyada…

2 AMAKHOSI 13

OJehowahazi noJehowashi bangamakhosi kwa-Israyeli 1 Ngomnyaka wamashumi amabili nantathu kaJowashi indodana ka-Ahaziya inkosi yakwaJuda uJehowahazi indodana kaJehu waba yinkosi kwa-Israyeli eSamariya, wabusa iminyaka eyishumi nesikhombisa. 2 Wenza okubi emehlweni kaJehova,…

2 AMAKHOSI 14

U-Amasiya uyinkosi kwaJuda. UJerobowamu wesibili uyinkosi kwa-Israyeli 1 Ngomnyaka wesibili kaJowashi indodana kaJehowahazi inkosi yakwa-Israyeli u-Amasiya indodana kaJowashi inkosi yakwaJuda waba yinkosi. 2 Wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa,…

2 AMAKHOSI 15

U-Azariya uyinkosi kwaJuda 1 Ngomnyaka wamashumi amabili nesikhombisa kaJerobowamu inkosi ka-Israyeli u-Azariya indodana ka-Amasiya inkosi yakwaJuda waba yinkosi. 2 Wayeneminyaka eyishumi nesithupha ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi ayisihlanu nambili…

2 AMAKHOSI 16

U-Ahazi uyinkosi kwaJuda 1 Ngomnyaka weshumi nesikhombisa kaPheka indodana kaRemaliya u-Ahazi indodana kaJothamu, inkosi yakwaJuda, waba yinkosi. 2 U-Ahazi wayeneminyaka engamashumi amabili ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nesithupha eJerusalema;…

2 AMAKHOSI 17

Ukuchithwa kuka-Israyeli 1 Ngomnyaka weshumi nambili ka-Ahazi inkosi yakwaJuda uHosheya indodana ka-Ela waba yinkosi eSamariya kwa-Israyeli, wabusa iminyaka eyisihiyagalolunye. 2 Wenza okubi emehlweni kaJehova, nokho kungenjengamakhosi akwa-Israyeli ayephambi kwakhe. 3…

2 AMAKHOSI 18

UHezekiya uyinkosi kwaJuda 1 Kwathi ngomnyaka wesithathu kaHosheya indodana ka-Ela, inkosi yakwa-Israyeli, uHezekiya indodana ka-Ahazi inkosi yakwaJuda waba yinkosi. 2 Wayeneminyaka engamashumi amabili nanhlanu ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka engamashumi…

2 AMAKHOSI 19

Isiprofetho sika-Isaya ngabase-Asiriya 1 Kwathi inkosi uHezekiya ikuzwile lokho, yaklebhula izingubo zayo, yazembesa indwangu yamasaka, yangena endlini kaJehova. 2 Yathuma u-Eliyakimi owayephezu kwendlu, noShebina umbhali, namalunga abapristi, bembeswe izindwangu zamasaka,…

2 AMAKHOSI 20

Ukugula kukaHezekiya nokufa kwakhe 1 Ngalezo zinsuku uHezekiya wagula, wayephansi kokufa. Kwafika kuye u-Isaya umprofethi, indodana ka-Amose, wathi kuye: “Usho kanje uJehova, uthi: Yalela indlu yakho, ngokuba uyakufa, awuyikusinda.” 2…