1 USAMUWELI 21

UDavide ukumpristi u-Ahimeleki eNobi. Ubaleka aye ku-Akhishi 1 UDavide wayeseya eNobi ku-Ahimeleki umpristi; u-Ahimeleki waya ukumhlangabeza uDavide ethuthumela, wathi kuye: “Yini ukuba uwedwa, kungekho muntu nawe, na?” 2 UDavide wathi…

1 USAMUWELI 22

UDavide uyisibaleki emhumeni wase-Adulamu nakwaMowabi 1 UDavide wayesesuka khona, wabaleka, waya emhumeni wase-Adulamu; lapho abafowabo nabo bonke abendlu kayise bekuzwa, behlela khona kuye. 2 Kwabuthana kuye bonke abanosizi, nabo bonke…

1 USAMUWELI 23

Ukukhululwa kweKeyila 1 Kwabikwa kuDavide ukuthi: “Bheka, amaFilisti ayalwa neKeyila, aphanga izibuya.” 2 Ngalokho uDavide wabuza kuJehova, wathi: “Ngiye ngibulale lawo maFilisti na?” UJehova wathi kuDavide: “Hamba uwabulale amaFilisti, usindise…

1 USAMUWELI 24

ODavide noSawule basemhumeni wase-Eni Gedi 1 Kwathi uSawule esebuyile ekuxosheni amaFilisti, kwabikwa kuye ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane lase-Eni Gedi.” 2 USawule wayesethatha abantu abayizinkulungwane ezintathu abakhethiweyo kuye wonke u-Israyeli, wahamba…

1 USAMUWELI 25

Ukufa nokumbelwa kukaSamuweli. ONabali no-Abigayili 1 USamuweli wafa; wahlangana wonke u-Israyeli, wamlilela, wammbela ngasendlini yakhe eRama. UDavide wasuka, wehlela ehlane lasePharanu. 2 Kwakukhona umuntu eMahoni onemfuyo yakhe eKarmeli; lowo muntu…

1 USAMUWELI 26

UDavide uyamyeka uSawule ngokwesibili 1 AbaseZifi beza kuSawule eGibeya, bathi: “UDavide akacashi yini entabeni yaseHakhila engaphambi kwehlane na?” 2 USawule wasuka, wehlela ehlane laseZifi enabantu abakhethiweyo bakwa-Israyeli abayizinkulungwane ezintathu ukuba…

1 USAMUWELI 27

UDavide useGati naseSikilagi 1 UDavide wathi enhliziyweni yakhe: “Ngiyakubhubha ngelinye ilanga ngesandla sikaSawule; akukho okungcono kimi kunokuba ngibaleke, ngiye ezweni lamaFilisti; uSawule uyakungiyeka, angabe esangifuna emikhawulweni yonke yakwa-Israyeli, ngiphunyuke esandleni…

1 USAMUWELI 28

UDavide usempini yamaFilisti 1 Kwathi ngalezo zinsuku amaFilisti abutha amabutho awo ukuba aphume impi no-Israyeli. U-Akhishi wathi kuDavide: “Yazi nokwazi ukuthi uyakuphuma impi nami, wena nabantu bakho.” 2 UDavide wathi…

1 USAMUWELI 29

UDavide uxoshwa yizikhulu zamaFilisti 1 AmaFilisti abutha zonke izimpi zawo e-Afeki; abakwa-Israyeli bamisa ngasemthonjeni oseJizreyeli. 2 Amakhosi amaFilisti adlula ngamakhulu nangezinkulungwane; uDavide nabantu bakhe badlula emuva kanye no-Akhishi. 3 Zase…

1 USAMUWELI 30

Ukuchithwa kweSikilagi 1 Kwathi uDavide nabantu bakhe sebefikile eSikilagi ngosuku lwesithathu, ama-Amaleki ayengenele eNingizimu naseSikilagi, alichitha iSikilagi, alishisa ngomlilo, 2 athumba abesifazane ababe phakathi, abancane nabakhulu engabulalanga muntu, abamukisa, ahamba…