1 KWABASETHESALONIKA 1

Isibingelelo 1 OPawulu, noSilvanu, noThimothewu kulo ibandla labaseTheselonika elikuNkulunkulu uBaba, naseNkosini uJesu Kristu: Makube kini umusa nokuthula. UPawulu ubonga ukuqala kwabo okuhle ekukholweni; wethemba ukukhethwa kwabo ngevangeli eliqinisileyo abalamukele 2…

1 KWABASETHESALONIKA 2

UPawulu ubakhumbuza ngokuhamba kwakhe okuhle phakathi kwabo 1 Ngokuba niyazi nina bazalwane ukuthi ukungena kwethu kinina akubanga yize. 2 Kepha noma sasihlushiwe kuqala saphathwa kabi eFilipi, njengokuba nazi, saba nesibindi…

1 KWABASETHESALONIKA 3

Ngothando lwakhe olukhulu uPawulu wabathumela uThimothewu 1 Ngalokho kwathi singasenakubekezela, sathi kuhle ukuba sisale sodwa e-Athene, 2 sathuma uThimothewu umzalwane wethu, isikhonzi sikaNkulunkulu evangelini likaKristu, ukuba aniqinise, anivuse maqondana nokukholwa…

1 KWABASETHESALONIKA 4

UPawulu ubayala ukuba bangcweliswe, bayeke ubufebe, bathandanise okwabazalwane 1 Elokugcina-ke, bazalwane, siyaninxusa, siyaniyala ngeNkosi uJesu ukuba njengalokho nakwamukela kithi ukuthi nifanele ukuhamba nokumthokozisa kanjani uNkulunkulu, njengalokho nihamba kanjalo, manivame kakhulu…

1 KWABASETHESALONIKA 5

Usuku lweNkosi kalwaziwa. Amakholwa kahlale elulindele kanye nensindiso 1 Kepha ngezikhathi nangemizuzu, bazalwane, anisweli ukulotshelwa, 2 ngokuba nina uqobo niyazi kahle ukuthi usuku lweNkosi luza njengesela ebusuku. 3 Nxa bethi:…