1 KUTHIMOTHEWU 1

Isibingelelo 1 UPawulu, umphostoli kaKristu Jesu ngomyalo kaNkulunkulu uMsindisi wethu noKristu Jesu ithemba lethu, 2 kuThimothewu, umntanami ngesiminya ekukholweni: Makube kuwe umusa, nesihawu, nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba nakuKristu Jesu iNkosi…

1 KUTHIMOTHEWU 2

Imithetho yenkonzo yebandla 1 Ngakho-ke kuqala kukho konke ngiyala ukuba ukunxusa, nokukhuleka, nokucela, nokubonga kwenzelwe abantu bonke, 2 amakhosi nabo bonke abakhulu, ukuze sihlale kahle nangokuthula, ngokumesaba uNkulunkulu nangesizotha esipheleleyo….

1 KUTHIMOTHEWU 3

Okufuneka kwabazakuphatha ibandla nakumadiyakoni* 1 Likholekile leli zwi elithi: Uma umuntu efisa isikhundla sombonisi, unxanela umsebenzi omuhle. 2 Ngakho umbonisi umelwe abe ngongasolekiyo, indoda emfazi munye, abe ngozikhuzayo, oqondileyo, oziphatha…

1 KUTHIMOTHEWU 4

UPawulu ufundisa uThimothewu ukuba alwe nabahlubuka ekukholweni 1 Kepha uMoya usho ngokuchachileyo ukuthi ngezikhathi zokugcina abanye bayakuhlubuka ekukholweni, benaka omoya abadukisayo nezifundiso zamademoni, 2 ngokuzenzisa kwabaqamba amanga abashiswe uphawu kunembeza…

1 KUTHIMOTHEWU 5

Ngokuyala amalunga ebandla 1 Ungayikhaci indoda endala, kodwa yiyale njengoyihlo, namadoda amasha njengabafowenu, 2 abesifazane abadala njengawonyoko, nabesifazane abasha njengawodadewenu ngenhlanzeko epheleleyo. Ngabafelokazi 3 Yazisa abafelokazi abangabafelokazi ngoqobo. 4 Kepha…

1 KUTHIMOTHEWU 6

Ngezigqila 1 Bonke abayizigqila phansi kwejoka mabathi abanumzane babo bafanele ukutuswa impela, ukuze igama likaNkulunkulu nesifundiso kungahlanjalazwa. 2 Abanabanumzane abakholwayo bangabadeleli, ngokuba bengabazalwane, kodwa kube yikhona bebakhonza kakhulu, ngokuba bengabakholwayo…