1 KAJOHANE 1

Izwi liyabonakaliswa ngoKristu 1 Lokho okwakukhona kwasekuqaleni, esakuzwa, sakubona ngamehlo ethu, sakubheka, nezandla zethu zakuphatha, okwezwi lokuphila — 2 lokho kuphila kwabonakaliswa, sakubona, siyaqinisa sinishumayeza lokho kuphila okuphakade okwakukhona kuYise,…

1 KAJOHANE 2

UJesu Kristu unguMmeli 1 Bantwana bami, nginilobela lokhu ukuba ningoni. Kepha uma umuntu ona, sinoMmeli kuYise, uJesu Kristu olungileyo; 2 yena uyinhlawulo ngezono zethu, kungengezethu zodwa kodwa nangezezwe lonke. 3…

1 KAJOHANE 3

Uphawu lwabantwana bakaNkulunkulu 1 Bhekani uthando olungaka asinike lona uBaba lokuba sithiwe singabantwana bakaNkulunkulu; futhi siyibo. Ngalokho izwe alisazi, ngokuba alimazanga yena. 2 Bathandekayo, manje singabantwana bakaNkulunkulu, kepha akukabonakali esiyakuba…

1 KAJOHANE 4

Hlolani omoya 1 Bathandekayo, maningakholwa yibo bonke omoya, kepha hlolani omoya ukuthi bangabakaNkulunkulu yini; ngokuba baningi abaprofethi bamanga abaphumele ezweni. 2 Yazini uMoya kaNkulunkulu ngalokhu: bonke omoya abavuma ukuthi uJesu…

1 KAJOHANE 5

Ukukholwa namandla akho okunqoba 1 Yilowo nalowo okholwa ukuthi uJesu unguKristu uzelwe nguNkulunkulu, nalowo othanda ozeleyo uthanda naye ozelwe nguye. 2 Ngalokho siyazi ukuthi siyabathanda abantwana bakaNkulunkulu, nxa sithanda uNkulunkulu,…