1 IZIKRONIKE 21
Ukubalwa kwabantu nokufika kwesifo 1 USathane wema ukulwa no-Israyeli, wavusa uDavide ukuba abale u-Israyeli. 2 UDavide wayesethi kuJowabe nasezinduneni zabantu: “Hambani nibale u-Israyeli kusukela eBeri Sheba kuze kube kwaDani, nilethe…