1 IZIKRONIKE 11

UDavide uyinkosi kwa-Israyeli wonke; uthatha iJerusalema 1 Wonke u-Israyeli wabuthana kuDavide, wathi: “Bheka, thina siyithambo lakho nenyama yakho. 2 Nangesikhathi esidlulileyo uSawule eseyinkosi, nguwe owakhipha nowangenisa u-Israyeli; uJehova uNkulunkulu wakho…

1 IZIKRONIKE 12

Amaqhawe kaDavide afika kuye ekuzingelweni kwakhe nguSawule 1 Nampa abafika kuDavide eSikilagi esagogobele ebusweni bukaSawule indodana kaKishi; babe phakathi kwamaqhawe, abasizi bakhe empini. 2 Babehlomile iminsalo, besebenzisa isandla sokunene nesokhohlo…

1 IZIKRONIKE 13

Umphongolo kaNkulunkulu ususwa eKiriyati Jeharimi 1 UDavide welulekana nezinduna zezinkulungwane nezamakhulu, nabaholi bonke. 2 UDavide wathi kulo lonke ibandla lakwa-Israyeli: “Uma kukuhle kini, uma kuvela kuJehova uNkulunkulu wethu, masihlakazeke sithumele…

1 IZIKRONIKE 14

Isivumelwano sikaDavide noHiramu. Abafazi bakhe namadodana akhe. Ukunqotshwa kwamaFilisti 1 UHiramu inkosi yaseTire wathuma izithunywa kuDavide, nemisedari,* nabakhi, nababazi ukuba bamakhele indlu. 2 UDavide waqonda ukuthi uJehova wayemmisile impela ukuba…

1 IZIKRONIKE 15

Ukuyiswa komphongolo kaJehova eJerusalema 1 Wazakhela izindlu emzini kaDavide; walungisela umphongolo kaNkulunkulu indawo, wawumisela itende. 2 Khona uDavide wathi: “Umphongolo kaNkulunkulu nga ungathwalwa muntu, ngamaLevi kuphela, ngokuba yiwona akhethwe nguJehova…

1 IZIKRONIKE 16

Iminikelo namahubo ekungenisweni komphongolo eJerusalema 1 Bawungenisa umphongolo kaNkulunkulu, bawubeka phakathi netende uDavide ayelimisele wona; banikela ngeminikelo yokushiswa nangeminikelo yokuthula phambi kukaNkulunkulu. 2 UDavide eseqedile ukunikela ngomnikelo wokushiswa nangeminikelo yokuthula…

1 IZIKRONIKE 17

Inhloso kaDavide yokwakha ithempeli 1 Kwathi lapho uDavide esehlezi endlini yakhe, uDavide wathi kuNathani umprofethi: “Bheka, mina ngihlala endlini yemisedari,* kepha umphongolo wesivumelwano sikaJehova uphansi kwezilenge.” 2 UNathani wathi kuDavide:…

1 IZIKRONIKE 18

Ukunqoba kukaDavide 1 Kwathi emva kwalokho uDavide wawashaya amaFilisti, wawahlula, walithatha iGati nemizana yalo esandleni samaFilisti. 2 Wanqoba noMowabi; abakwaMowabi baba yizinceku zikaDavide, bathela intela. 3 UDavide washaya noHadarezeri, inkosi…

1 IZIKRONIKE 19

UDavide uyabulala abakwa-Amoni ngenxa yokuphathwa kabi kwezithunywa zakhe 1 Kwathi emva kwalokho uNahashi inkosi yabantwana bakwa-Amoni wafa, indodana yakhe yaba yinkosi esikhundleni sakhe. 2 UDavide wathi: “Ngiyakumenzela umusa uHanuni, indodana…

1 IZIKRONIKE 20

Ukuvinjezelwa kweRaba. Ukulwa namaFilisti 1 Emva komnyaka ngesikhathi sokuhlasela kwamakhosi, uJowabe wahola amaqhawe empi, wachitha izwe labantwana bakwa-Amoni, weza wavimbezela iRaba; kepha uDavide wahlala eJerusalema. UJowabe walinqoba iRaba, walidiliza. 2…