UGENESISE 1

Ukudalwa 1 Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu nomhlaba. 2 Umhlaba wawuyihlane elingenalutho; kwakungubumnyama phezu kotwa, kepha uMoya kaNkulunkulu wehla wenyuka phezu kwamanzi. 3 UNkulunkulu wathi: “Makube khona ukukhanya,” kwaba khona ukukhanya….

UGENESISE 2

Usuku lwesikhombisa 1 Kwase kupheleliswa izulu nomhlaba kanye nombuthano wakho wonke. 2 UNkulunkulu waqeda ngosuku lwesikhombisa imisebenzi yakhe abeyenzile; waphumula ngosuku lwesikhombisa emisebenzini yakhe yonke abeyenzile. 3 UNkulunkulu wabusisa usuku…

UGENESISE 3

Ukuwela esonweni 1 Inyoka yayinobuqili kunazo zonke izilwane zasendle abezenzile uJehova uNkulunkulu. Yathi kowesifazane: “Ngempela uNkulunkulu ushilo yini ukuthi: ‘Ningadli emithini yasensimini,’ na?” 2 Owesifazane wathi enyokeni: “Singadla izithelo zemithi…

UGENESISE 4

OKayini no-Abela 1 U-Adamu wamazi umkakhe u-Eva; wakhulelwa, wazala uKayini;* wathi: “Ngitholile indoda kuJehova.” 2 Waphinda wazala u-Abela umfowabo. U-Abela waba ngumalusi, uKayini waba ngumlimi. 3 Kwathi emva kwezinsuku ezithile…

UGENESISE 5

Inzalo kaSeti 1 Lokhu kuyincwadi yezizukulwane zika-Adamu. Msukwana uNkulunkulu edala umuntu wamenza ngomfanekiso kaNkulunkulu. 2 Wabadala owesilisa nowesifazane, wababusisa, waqamba igama labo ngokuthi abantu mhla bedalwa. 3 U-Adamu wahamba iminyaka…

UGENESISE 6

Ukwanda kobubi babantu 1 Kwathi abantu beqala ukwanda ebusweni bomhlaba, bezala amadodakazi, 2 amadodana kaNkulunkulu abona amadodakazi abantu ukuthi mahle, azithathela abafazi kuwo awathandayo. 3 Wayesethi uJehova: “UMoya wami awuyikubusa…

UGENESISE 7

Ukufika kukazamcolo 1 UJehova wathi kuNowa: “Ngena emkhunjini, wena nendlu yakho yonke, ngokuba ngikubonile wena ukuthi uqotho phambi kwami kulesi sizukulwane. 2 Kuzo zonke izilwane ezihlambulukileyo uzakuthatha ngasikhombisa, iduna nensikazi…

UGENESISE 8

Ukuphela kukazamcolo 1 UNkulunkulu wayesemkhumbula uNowa, nezilwane zonke, nezinkomo zonke ezinaye emkhunjini. UNkulunkulu wadlulisa umoya phezu komhlaba, amanzi abohla. 2 Imithombo yotwa namafasitele asezulwini kwavinjwa, imvula yasezulwini yaphela. 3 Amanzi…

UGENESISE 9

Isivumelwano sikaNkulunkulu noNowa 1 UNkulunkulu wabusisa uNowa namadodana akhe, wathi kubo: “Zalani nande, nigcwalise umhlaba. 2 Uvalo nokwesabeka kwenu akube phezu kwezilwane zonke zomhlaba, naphezu kwazo zonke izinyoni zezulu, naphezu…

UGENESISE 10

Inzalo yamadodana kaNowa 1 Lezi ziyizizukulwane zamadodana kaNowa: ngoShemi, noHamu, noJafete; bazalelwa amadodana emva kukazamcolo. 2 Amadodana kaJafete: ngoGomere, noMagoge, noMadayi, noJavani, noThubali, noMesheke, noTirase. 3 Amadodana kaGomere: ngo-Ashikenaze, noRifate,…